forumInkundla
Kwenzenjani?
Inkundla iyindawo lapho abasebenzisi abaningi bexoxa khona, ngisho noma bengaxhumekile ngesikhathi esisodwa. Konke okubhala esithangamini kusesidlangalaleni, futhi noma ngubani angakwazi ukukufunda. Ngakho qaphela ukuthi ungabhali imininingwane yakho yomuntu siqu. Imilayezo irekhodwa kuseva, ukuze wonke umuntu abambe iqhaza, noma nini.
Inkundla ihlelwa ngokwezigaba. Isigaba ngasinye siqukethe izihloko. Isihloko ngasinye siyingxoxo enemiyalezo embalwa evela kubasebenzisi abambalwa.
Isetshenziswa kanjani?
Inkundla ingafinyelelwa ngokusebenzisa imenyu enkulu.
Kunezigaba ezi-4 efasiteleni lenkundla.